Skip to Content

"ngipheni"

5 occurrences in ZUL

Ngingumfokazi nozulane phakathi kwenu ; ngipheni indawo yethuna phakathi kwenu ukuba ngimmbele ofileyo wami, angabikho ebusweni bami.

Bizani kimi ilobolo noma li ngakanani kanye nesipho , ngiyakuninika njengokusho kwenu kimi; kodwa ngipheni intombi ibe ngumkami.

Ngasho yini ukuthi: Ngipheni, ninginike isipho empahleni yenu, na?

Ngase ngithi kuzo: Uma kukuhle emehlweni enu, ngipheni inkokhelo yami, kepha uma kungenjalo, yekani. Zase zilinganisela inkokhelo yami izinhlamvu ezingamashumi amathathu zesiliva.

wathi: Ngipheni nami lawo mandla, ukuze yilowo nalowo engibeka izandla phezu kwakhe amukele uMoya oNgcwele.