uhlengile umphefumulo wami ukuba ungadluleli egodini ; ngiyakubona ukukhanya ngiphila.
Njengalokho uBaba ophilayo ungithumile , nami ngiphila ngoBaba , lowo ongidlayo naye uyakuphila ngami.
Kuseyisikhashana izwe lingasangiboni , kepha niyangibona nina , ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.