ukuze ngivivinye ngazo u -Israyeli, uma beyakugcina indlela kaJehova ukuba bahambe ngayo njengalokho oyise bebeyigcina, noma qha.
Ngivivinye, Jehova, ungilinge; hlolisisa izinso zami nenhliziyo yami.
Angikusho njengomyalo, kodwa ukuze ngokukhuthala kwabanye ngivivinye ubuqotho bothando lwenu;