Skip to Content

"ngiyakubuye"

8 occurrences in ZUL

Wathi: Ngiyakukuphani na ? Wathi uJakobe: Awuyikunginika lutho ; uma ungenzela lokhu, ngiyakubuye ngaluse umhlambi wakho, ngiwulinde.

Kepha uma ningangilaleli nangalezo zinto , ngiyakubuye nginishaye kasikhombisa ngezono zenu.

Uma nihamba niphambene nami , ningangilaleli, ngiyakubuye nginehlisele izinhlupheko ziphindwe kasikhombisa njengezono zenu.

Uyakuthi: Bangishayile, angilimalanga; bangigalele, angikwazanga. Lapho ngivuka, ngiyakubuye ngilifune.

Ngiyakubuye ngikwakhe , wakheke wena ntombi ka -Israyeli; uyakubuye uvunuliswe ngezigubhu zakho, uphumele ekusineni kwabathokozayo.

Ngalokho ngiyakubuye ngithabathe amabele ami ngesikhathi sawo , newayini lami elisha ngenkathi yalo , ngisuse uboya bami bezimvu nefilakisi lami lokusibekela ubunqunu bakhe.

Ngathi mina : Ngixoshiwe emehlweni akho ; nokho ngiyakubuye ngibheke ithempeli lakho elingcwele.

Nani-ke nilusizi manje , kepha ngiyakubuye nginibone , inhliziyo yenu ithokoze; intokozo yenu akakho onganamuka yona.