Lapho ngiyakugcina isikhathi esimisiweyo, ngiyakwahlulela ngokulunga.
UJehova uyisabelo sami; ngithi ngiyakugcina amazwi akho.
Abazidlayo baqamba amanga ngami; ngenhliziyo yonke yami ngiyakugcina iziyalezo zakho.
Sukani kimi nina enenza okubi , ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.
Ngikhala kuwe, ngisindise; ngiyakugcina ubufakazi bakho.