Wathi kuye : Bheka, nakule nto ngiyakukuvumela ; angiyikuwuchitha lo muzi okhuluma ngawo.
Wayesethi uDavide ku -Uriya: Hlala lapha nanamuhla ; kusasa ngiyakukuvumela ukuba uhambe. U-Uriya wayesehlala eJerusalema lolo suku nolulandelayo.
UBeni Hadadi wayesethi kuye : Imizi ubaba ayithatha kuyihlo ngiyakuyibuyisa, uzenzele izitaladi eDamaseku njengokwenza kukababa eSamariya. U-Ahabi wathi : Ngalesi sivumelwano ngiyakukuvumela ukuba uhambe. Wayesenza isivumelwano naye, wamvumela ukuba ahambe. U-Ahabi usolwa ngumprofethi