Skip to Content

"ngiyakwaphula"

6 occurrences in ZUL

Ngiyakwaphula ukuzidla kwamandla enu , ngenze iz ulu lenu libe njengensimbi, nomhlabathi wenu ube njengethusi.

Usho kanje uJehova Sebawoti , uthi: Bheka, ngiyakwaphula umnsalo we - Elamu, okokuqala kwamandla abo.

Wathi futhi kimi : Ndodana yomuntu , bheka, ngiyakwaphula uzime lwesinkwa eJerusalema, badle isinkwa ngesilinganiso ngokwesaba , baphuze amanzi ngesilinganiso ngokumangala

Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Bheka, ngimelene noFaro inkosi yaseGibithe; ngiyakwaphula izingalo zakhe, eqinileyo neyaphukileyo, ngenze ukuba inkemba iwe esandleni sakhe.

Ngiyakuqinisa izingalo zenkosi yaseBabele , ngibeke inkemba yami esandleni sayo ; kepha ngiyakwaphula izingalo zikaFaro , abubule phamb i kwami ngokububula kogwaziweyo.

Ngiyakwaphula imigoqo yaseDamaseku , nginqume abakhileyo eBikati Aveni, nophethe intonga eBeti Edene, abantu base-Aramu bathunjelwe eKhiri, usho uJehova.