Skip to Content

"ngobumnene"

7 occurrences in ZUL

Umnyaka uyawuhlob isa ngobumnene bakho , nemikhondo yakho iconsa amafutha.

Umzuzwana omncane ngakushiya , kepha ngobumnene obukhulu ngiyakukubutha.

Kepha ukuba ngingakubambezeli, ngiyakuncenga ukuba ngobumnene bakho usizwe ngokufushane.

Kepha mina Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangokuva kukaKristu, mina engithobile phambi kwenu nxa ngikhona , kepha nginesibindi kini nxa ngingekho,

Maniphathane ngobumnene , nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

Ngubani ohlakaniphileyo nowaziyo phakathi kwenu na ? Makakhombise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.

kodwa kube ngobumnene nang okwesaba, nibe nonembeza omuhle , ukuze kuthi kulokho abanihleba ngakho bajabhiswe labo abathuka ukuhamba kwenu okuhle kuKristu.