Ngalokho ngithembise lapha ngokufunga uNk ulunkulu ukuthi awuyikungikhohlisa mina nendodana yami nomzukulwana wami ; kepha ngokomusa engiwenzile kuwe, mawuwenze nakimi nakulo izwe osugogobele kulo.
Waphika futhi ngokufunga, wathi: Angimazi lowo muntu.
kepha yena wabekwa ngokufunga nguye owasho kuye ukuthi : INkosi yafunga, ayiyikuzisola, yathi: Wena ungumpristi kuze kube phakade.