Skip to Content

"ngokuswela"

9 occurrences in ZUL

Babe ngcono ababebulawa ngenkemba kunababebulawa ngendlala, ababuna behlatshiwe ngokuswela ukudla kwensimu.

Ibhubesi elinamandla liyabhubha ngokuswela impango ; amawundlu ebhubesikazi ayahlakazeka.

Bondile ngokuswela nangendlala; baququda ugwadule oluyize, olwaluyilohle nakuqala.

uma ngibone obhubhile ngokuswela isambatho , kungekho okokuzimboza kompofu;

Ngubani olungisela igwababa ukudla kwalo , lapho amaphuphu alo ekhala kuNkulunkulu, ezulazula ngokuswela ukudla, na?

Uyakufa yena ngokuswela ukulaywa , nangobuningi bobuwula bakhe uyakuduka.

Izindebe zolungileyo ziyondla abaningi , kepha iziwula ziyafa ngokuswela ingqondo.

Abantu bami babhujiswa ngokuswela ukwazi ; ngokuba ukulahlile ukwazi nami ngiyakukulahla wena , ungabi ngumpristi wami ; lokhu ukhohliwe umthetho kaNkulunkulu wakho nami ngiyakukhohlwa abantwana bakho.

ngokuba naseThesalonika nathumela kanye nakabili ngokuswela kwami.