Pho, yini ukuba ninganqumi ngokwenu okulungileyo na?
Nxa isihluma, niyabona, nazi ngokwenu ukuthi ihlobo seliseduze.
Nina ngokwenu niyangifakazela ukuba ngathi : Angisiye uKristu mina , kodwa ngithunyiwe ngaphambi kwakhe.
uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke;
Ziboneleni nina ngokwenu ; kufanele yini ukuba owesifazane akhuleke kuNkulunkulu engagubuzele na?
Ngokuba nani niyazi ngokwenu ukuthi kufanele ukuba nisilingise kanjani , ngokuba asihambanga ngokungafanele phakathi kwenu,