Skip to Content

"ngokweshumi"

7 occurrences in ZUL

Kanye nelinye iwund lu wonikela ngokweshumi kwempuphu ecolekileyo , ixovwe nokwesine kwehini lamafutha agxotshiweyo , nokwesine kwehini lewayini, kube ngumnikelo wokuphuzwa.

Umnikelo wawo wempuphu woba ngokweshumi okubili kwempuphu ecolekileyo, exovwe namafutha, umnikelo womlilo kuJehova , ube yiphunga elimnandi, nomnikelo wawo wokuphuzwa woba ngokwesine kwehini lewayini.

indoda iyakuletha umkayo kumpristi , imlethele umnikelo wakhe , ube ngokweshumi kwe-efa lempuphu yebhali , angatheli mafutha kuyo, angabeki nanhlaka kuyo , ngokuba kungumnikelo w empuphu wesikhwele , umnikelo wempuphu wesikhumbuzo sokukhumbuza ngobubi.

kanye nomnikelo wazo wempuphu , impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, ninikele ngokweshumi okuthathu ngenkunzi nangokweshumi okubili ngenqama,

unikele ngokweshumi ngaleyo naleyo mvu yezimvana eziyisikhombisa,

Uyakunikela ngokweshumi kwazo zonke izithe lo zembewu yakho , lokho okuvela ensimini iminyaka ngeminyaka,

Umuntu angaphanga uNkulunkulu na ? Nokho niyangiphanga . Bese nithi : Sikuphange kanjani na? Ngokweshumi nangeminikelo.