nabafowabo ngezindlu zawoyise : ngoMikayeli, noMeshulamu, noSheba, noJorayi, noJakani, noZiya, no-Ebere, beyisikhombisa.
Amadodana ka -Uzi: nguJizirahiya; amadodana kaJizirahiya : ngoMikayeli, no-Obadiya, noJoweli, noJishiya, beyisihlanu, beyizinhloko bonke.