Skip to Content

"ngomshikashika"

4 occurrences in ZUL

Kungcono ababili kunoyedwa , ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo.

Njengalokho aphuma esizalweni sikanina , uyakubuye amuke , ahambe ze njengasekufikeni kwakhe , engatholi lutho ngomshikashika wakhe , ahambe nalo esandleni sakhe.

Thokoza ngokuphila nomkakho omthandayo zonke izinsuku zokuphila kwakho okuyize, oziphiwayo phansi kwelanga zonke izinsuku zakho eziyize , ngokuba lokhu kuyisabelo sakho kulokho kuphila ngomshikashika wakho owushikashikayo phansi kwelanga.

Futhi bonke abantu uNkulunkulu abaphe ingcebo nemfuyo , abanike futhi namandla okud la kukho ukuba bathathe izabelo zabo , bathokoze ngomshikashika wabo lokho kuyisipho sikaNkulunkulu.