"ngoyise"
10 occurrences in ZUL
Akayikuzingcolisa ngoyise noma ngonina , noma ngomfowabo noma ngodadewabo, nxa befile, ngokuba isithembiso sakhe sobuNaziri sisekhanda lakhe.
owathi ngoyise nangonina : Angibabonanga, angabavuma futhi abafowabo , angabazi abantwana bakhe , ngokuba baliqaphele izwi lakho , bagcina isivumelwano sakho.
UDavide wathi : Ngiyakumenzela umusa uHanuni indodana kaNahashi , njengalokho uyise angenzela umusa . UDavide wayesethuma ngesandla sezinceku zakhe ukumduduza ngoyise . Zafika-ke izinceku zikaDavide ezweni labantwana bakwa-Amoni.
UDavide wathi : Ngiyakumenzela umusa uHanuni , indodana kaNahashi, ngokuba uyise wangenzela umusa . UDavide wayesethuma izithunywa ukumduduza ngoyise . Zafika-ke izinceku zikaDavide ezweni labantwana bakwa-Amoni kuHanuni ukumduduza.
abayikubahlephulela isinkwa sokulila ukuba babaduduze ngabafileyo , bangabaphuzisi indebe yokududuza ngoyise nangonina.
Abayikuthinta ofileyo , funa bazingcolise , kepha ngoyise , nangonina, nangendodana, nangendodakazi, nangomfowabo, nangodadewabo ongenandoda bangazingcolisa.