Kungubusuku obuzakugcinelwa uJehova ngokubakhipha kwakhe ezweni laseGibithe, ngubusuku bukaJehova obuzakugc inwa yibo bonke abantwana bakwa-Israyeli ezizukulwaneni zabo. Umthetho wephasika
Wenza ubumnyama kube ngubusuku; phakathi kwabo kuphuma izilo zonke zasehlathini.
Uma bengithi : Ubumnyama mabungehlele , ukukhanya kube ngubusuku kimi,
Kuyakuba lusuku ngokwalo olwaziwa nguJehova , kungabi yimini, kungabi ngubusuku, kepha kube ngukukhanya ngesikhathi sokuhlwa.