"ngumphefumulo"
12 occurrences in ZUL
Ezokwethwasa zenu kwenyanga nemikhosi yenu emisiwey o kuyazondwa ngumphefumulo wami ; kungumthwalo phezu kwami , ngikhathele ngukukuthwala.
UDavide wathi ngalolo suku: Yilowo nalowo ochitha amaJebusi makasukele emseleni wamanzi izinyonga nezimpumputhe lezo ezizondwa ngumphefumulo kaDavide ; ngalokho kuthiwa : Izimpumputhe nezinyonga azinakungena endlini.
nokusafunwa ngumphefumulo wami , ngingakakufumani kodwa : indoda inye phakathi kwenkulungwane ngiyifumene , kepha owesifazane phakathi kwabo bonke labo angimfumananga.
Ngitshele wena othandwa ngumphefumulo wam i ukuthi w aluselaphi, uphumuzaphi umhlambi emini , ngokuba yini ukuba ngibe njengowesifazane odukileyo ngasemihlambini yabangane bakho na? Abangane:
Ngiyakuvuka, ngihambahambe emzini , ezitaladini nasezigcawini ; ngiyakufuna othandwa ngumphefumulo wami ; ngamfuna, kepha angimtholanga.
Ngangidlule kancane nje kubo; ngase ngimthola othandwa ngumphefumulo wami; ngambamba, angivumanga ukuba ahambe, ngaze ngamngenisa endlini kamame nasekamelweni lowangikhulisayo.
Yisho kuyo indlu yakwa -Israyeli, uthi: Isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Bheka, ngiyakuyingcolisa indlu yami engcwele, ukuziqhenya kwamandla enu, okunxanelekayo emehlweni enu , okuhawukelwa ngumphefumulo wenu ; amadodakazi enu eniwashiyile ayakuwa ngenkemba.
Ngabanquma abelusi bobathathu ngenyanga inye , ngokuba umph efumulo wami wadinwa yibo, nganengwa ngumphefumulo wabo.