Ukuthandwa komuntu kubangwa ngumusa wakhe ; ompofu ungcono kunomuntu wamanga.
ngumusa kaJehova ukuthi asiqediwe, ngokuba ububele bakhe abupheli.
Kepha ngomusa kaNkulunkulu ngiyikho engiyikho , nomusa wakhe kimi awubanga yize, kodwa ngasebenza kakhulu kunabo bonke ; kepha akusimina kodwa ngumusa kaNkulunkulu okimi.