Amadodana kaShekaniya : nguShemaya; amadodana kaShemaya : ngoHathushi, no-Igali, noBariya, noNehariya, noShafati, beyisithupha.
Amadodana kaJoweli : nguShemaya indodana yakhe , noGogi indodana yakhe, noShimeyi indodana yakhe,
KumaLevi: nguShemaya kaHashubi ka-Azirikamu kaHashabiya kumadodana kaMerari,
kumadodana ka-Elisafani: nguShemaya inhloko nabafowabo, bengamakhulu amabili;
U-Obede Edomi wayenamadodana : nguShemaya izibulo , noJehozabadi owesibili, noJowa owesithathu, noSakari, owesine, noNethaneli owesihlanu,
KumaLevi: nguShemaya kaHashubi, ka-Azirikamu, kaHashabiya, kaBuni,