Ungambuli ubunqunu bendodakazi yomkayihlo , ezelwe nguyihlo ; ungudadewenu; awuyikwambula ubunqunu bakhe.
Wathi-ke u -Ahithofeli ku -Abisalomu: Ngena kuzo izancinza z ikayihlo azishiyile ukuba zilinde indlu ; u-Israyeli wonke uyakuzwa ukuba unengwa nguyihlo, ziqine izandla zabo bonke abanawe.
ngibe nguYihlo kini , nina nibe ngamadodan a namadodakazi kimi , isho iNkosi uSomandla.