"nibonile"
6 occurrences in ZUL
Nibonile lokhu engikwenzile kwabaseGibithe nokuthi nganithwala ngamaphiko okhozi, nganisondeza kimi.
UJehova wayesethi kuMose : Yisho kanje kubantwana bakwa -Israyeli, uthi: Nibonile nani uqobo ukuthi ngikhulumile kini ngisezulwini.
UMose wabiza bonke abakwa-Israyeli, wathi kubo: Nibonile konke uJehova akwenzayo phambi kwamehlo enu ezweni laseGibithe kuFaro , nakuzo zonke izinceku zakhe, nakulo lonke izwe lakhe:
nibonile konke uJehova uNkulunkulu wenu akwenzile kuzo zonke lezi zizwe ngenxa yenu, ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu nguye onilweleyo.