Skip to Content

"nibuya"

5 occurrences in ZUL

Lapho sebemtshela uDavide lokho , wathumela ukuzihlangabeza , ngokuba ayenamahloni kakhulu lawo madoda . Yathi inkosi : Hlalani eJeriko , zize zihlume izilevu zenu, bese nibuya.

Kodwa uma nibuya ekungilandeleni , nina noma abantwana benu , ningagcini imiyalo yami nezimiso zami engikubeke phambi kwenu , kepha nihambe nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,

Bahamba, bamtshela uDavide ngalawo madoda . Wathuma ukuwahlangabeza, ngokuba ayenamahloni kakhulu lawo madoda . Yathi inkosi: Hlalani eJeriko, zize zihlume izilevu zenu, bese nibuya.

Kepha uma nibuya , nishiye izimiso zami nemiyalo yami engikubeke phambi kwakho, nihambe nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,

Bese nibuya , nahlukanise abalungileyo nababi , abamkhonza uNkulunkulu nabangamkhonziyo.