Nikani uNkulunkulu amandla ; ubukhosi bakhe buphezu kuka -Israyeli; amandla akhe asemafwini.
Nikani uMowabi amaphiko , ngokuba uyakundiza , aphume; imizi yakhe iyakuba yincithakalo, kungabikho osahlala kuyo.
Bathi: NgokaKesari. Khona wathi kubo : Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari noNkulunkulu okukaNkulunkulu.
UJesu wathi kubo : Nikani uKesari okukaKesari , noNkulunkulu okukaNkulunkulu. Bamangala ngaye. Ukuvuka kwabafileyo (Math. 22:23; Luk. 20:27)
Wayesethi kubo : Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari noNkulunkulu okukaNkulunkulu.
Nikani bonke okubafaneleyo : intela kofanele intela , inkokhiso kofanele inkokhiso, ukwesaba kofanele ukwesatshwa, udumo kofanele udumo. Ukuthanda abazalwane