Nxa niduka ningagcini yonke le miyalo uJehova ayikhulumile kuMose,
Kodwa uma nibuya ekungilandeleni , nina noma abantwana benu , ningagcini imiyalo yami nezimiso zami engikubeke phambi kwenu , kepha nihambe nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,
Ngathi kuban twana babo ehlane : Ningahambi ngezimiso zawoyihlo , ningagcini izahlulelo zabo, ningazingcolisi ngezithombe zabo.