Ningazenzi ninengeke ngezilwanyana ezinwabuzelayo , ningazingcolisi ngazo, funa ningcole ngazo.
ningazenzi lukhuni izinhliziyo zenu njengasekucunulen i ngosuku lokulingwa ehlane,
Uma kuthiwa: Namuhla, uma nilizwa izwi lakhe , ningazenzi lukhuni izinhliziyo zenu njengasekucunuleni,
uyanquma futhi usuku oluthile oluthiwa Namuhla , esho ngoDavide emva kwesikhathi esingaka njengokushiwo kuqala ukuthi : Namuhla, uma nilizwa izwi lakhe, ningazenzi lukhuni izinhliziyo zenu.