kepha ngezithelo zomuthi ophakathi nensimu uNkulunkulu ushilo ukuthi : Ningazidli, ningazithinti ukuba ningafi.
Zonke ezihamba ngesisu , nazo zonke ezihamba ngezinyawo ezine noma ngeziningi, nazo zonke ezinwabuzelayo emhlabeni , ningazidli, ngokuba ziyisinengiso.
Ngithe kwabazidlayo: Ningazidli, nakwababi: Ningaphakamisi uphondo.