Thuthani impahla eJerusalem a nina bantwana bakwaBenjamini, nibethe amacilongo eThekhowa, niphakamise insika yomusi eBeti Hakeremi, ngokuba ububi bulunguza ngasenyakatho nokuchitha okukhulu.
Kepha nxa kuqala ukuvela lokho , lulamani, niphakamise amakhanda enu , ngokuba kusondele ukukhululwa kwenu.