Ngokuba niyakuphuma ngokuthokoza , niholwe ngokuthula; izintaba namagquma kuyakuqhumuka ngokuhlabelela phambi kwenu , nemithi yonke yasendle iyakushaya ihlombe.
Niyakuphuma emifantwini, kube yilowo nalowo ngoqondene naye, nilahlwe eHermoni, usho uJehova. U-Israyeli akafundi
Kepha kinina enilesabayo igama lami kuyakuphuma ilanga lokulunga , linokuphilisa emaphikweni alo ; niyakuphuma, nitshekule njengamathole esibaya.