Kepha ngalokho singanivumela: uma nizakuba njengathi , kusokwe bonke abesilisa bakini,
Ngalokho ngithi kini : Konke enikukhulekelayo neniku celayo, kholwani ukuthi nikwamukele, nizakuba nakho.
Bamphendula bathi : Siyinzalo ka-Abrahama thina , asibonange sibe yizigqila zamuntu; wena usho kanjani ukuth i: Nizakuba ngabakhululekileyo na?