Uyakulidla phakathi kwamasango akho , ongcolileyo nohlambulukileyo ngokufananayo, njengensephe nendluzele.
Amadodana amathathu kaSeruya ayelapho , oJowabe, no-Abishayi, no- Asaheli; u-Asaheli wayenezinyawo ezilula njengensephe.
Zophule njengensephe kumzingel i nanjengenyoni esandleni somthiyi wezinyoni.
Kuze kuphole ilanga , namathunzi abaleke , mawube njengensephe , wena othandiweyo wami , nanjengesixhumu sendluzel e ezintabeni eziqhekezekileyo.
Kuyakuthi njengensephe exoshwayo nezimvu ezingaqoqwa muntu , baphendukele, kube yilowo nalowo kubantu bakubo, babalekele, kube yilowo ezweni lakubo.