Ziyaphumputha ebumnyameni zingenakukhanya , uyazintengantengisa njengesidakwa.
UJehova uthulule umoya ophambeneyo phakathi kwabo , baze balintengantengise iGibithe kuyo yonke imisebenzi yal o njengesidakwa sintengantenga ebuhlanzweni baso.
Umhlaba uyatengezela nokutengezela njengesidakwa , uyantengantenga njengexhiba; isiphambeko siyakuba nzima phezu kwawo , uwe, ungabe usavuka futhi.