Ningabi njengoyihlo nabafowenu ababephambuka kuJehova uNkulunkulu wawoyise, waze wabanikela encithakalweni, njengalokhu nibona.
Nina bantamo zilukhuni , abangasokile ezinhliziyweni nasezindlebeni , nimelana njalo noMoya oNgcwele; njengoyihlo ninjalo nani.
Ungayikhaci indoda endala , kodwa yiyale njengoyihlo , namadoda amasha njengabafowenu,