Kumadodana kaPhahati Mowabi : ngo-Adina, noKhelali, noBenaya, noMahaseya, noMathaniya, noBesaleli, noBinuwi, noManase.
noBani, noBinuwi, noShimeyi,
AmaLevi: uJeshuwa indodana ka -Azaniya, noBinuwi wamadodana kaHenadadi, noKadimiyeli,
AmaLevi: ngoJeshuwa, noBinuwi, noKadimiyeli, noSherebiya, noJuda, noMathaniya owayephethe ukubonga, yena nabafowabo,