noJoweli, noJehu kaJoshibiya kaSeraya ka-Asiyeli,
inhloko u -Ahiyezeri noJowashi amadodana kaShemaha waseGibeya , noJeziyeli noPheleti amadodana ka -Azimaveti, noBerakha, noJehu wase - Anathoti,
Ukubhubha kuka -Ahaziya kwavela kuNkulunkulu ekuyeni kwakhe kuJoramu, ngokuba lapho esefikile khona waphuma noJehoramu ukulwa noJehu indodana kaNimishi , amgcobileyo uJehova ukuba anqume indlu ka - Ahabi.