Amadodana kaBekeri: ngoZemira, noJowashi, no-Eliyezeri, no-Eliyohenayi, no-Omri, noJeremoti, no-Abiya, no-Anathoti, no-Alemeti. Bonke labo babe ngamadodana kaBekeri.
no-Ahiyo, noShashaki, noJeremoti,
Amadodana kaMushi: ngoMaheli, no-Edere, noJeremoti, bebathathu.
Kumadodana ka -Elamu: ngoMathaniya, noZakariya, noJehiyeli, no-Abidi, noJeremoti, no-Eliya.
Kumadodana kaZathu : ngo-Eliyohenayi, no-Eliyashibi, noMathaniya, noJeremoti, noZabadi, no-Aziza.
Kumadodana kaBa ni: ngoMeshulamu, noMaluki, no-Adaya, noJashubi, noSheyali, noJeremoti.