noJoweli, noJehu kaJoshibiya kaSeraya ka-Asiyeli,
Amadodana ka -Uzi: nguJizirahiya; amadodana kaJizirahiya : ngoMikayeli, no-Obadiya, noJoweli, noJishiya, beyisihlanu, beyizinhloko bonke.
noJoweli umfowabo kaNathani, noMibihari indodana kaHagiri,
UDavide wabiza oSadoki no -Abiyathara abapristi, namaLevi o-Uriyeli, no- Asaya, noJoweli, noShemaya, no-Eliyeli, no-Aminadaba, wathi kubo:
Amadodana kaLadani : nguJehiyeli inhloko , noZethamu, noJoweli, bebathathu.
amadodana amaJehiyeli , oZethamu noJoweli umfowabo , ayephethe ingcebo endlini kaJehova.
Kwase kusukuma amaLevi : nguMahathi indodana ka -Amasayi noJoweli indodana ka -Azariya emadodaneni amaKohati ; emadodaneni kaMerari : nguKishi indodana ka-Abidi no-Azariya indodana kaJehaleli; kumaGereshoni: nguJowa indodana kaZima no-Edene indodana kaJowa;
Kumadodana kaNebo : ngoJehiyeli, noMatithiya, noZabadi, noSebina, no- Ido, noJoweli, noBenaya.