u-Oholibama wazala oJewushe, noJalamu, noKora; lawo angamadodana ka- Esawu azalelwa wona ezweni laseKhanani.
Lawa angamadoda na ka -Oholibama indodakazi ka -Ana, indodakazi kaSibeyoni, umka-Esawu: wamzalela u-Esawu oJewushe, noJalamu, noKora.
umhlaba wavula umlomo wawo , wabagwinya kanye noKora ekufeni kwalelo viyo , lapho umlilo waqeda ama doda angamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, aba yisixwayiso.
Amadodana ka -Esawu: ngo-Elifazi, noRehuweli, noJewushe, noJalamu, noKora.
Amadodana kaKohati : ngu-Amindaba indodana yakhe , noKora indodana yakhe, no-Asiri indodana yakhe,