Skip to Content

"nokusina"

4 occurrences in ZUL

Kwathi esasondela ekamu, wabona ithole nokusina; ulaka lukaMose lwase luvutha, wazilahla izibhebhe ezandleni zakhe, wazaphula phansi kwentaba.

UJefta weza eMispa endlini yakhe ; bheka, indodakazi yakhe yaphuma ukumhlangabeza, iza nezigubhu nokusina ; yayingumntwana oyedwa ; ngaphandle kwakhe wayengenandodana nandodakazi.

Mdumiseni ngesigubhu nokusina , nimdumise ngezingubhu ezinezintambo eziyishumi nemitshingo.

Kepha indodana yakhe enkulu yayisensimini ; yathi iseza isondela endlini , yezwa ukuhlabelela nokusina.