Ngokuba ngokucabanga ungaphaka impi yakho , nokusinda kumi ngobuningi babeluleki.
U-Elisha wathi kuye : Hamba, uthi kuye : U yakusinda nokusinda , kodwa uJehova ungibonisile ukuthi ngempela uyakufa nokufa.
Wayesesuka ku-Elisha, weza enkosini yakhe ; yathi kuye: Utheni kuwe na ? Wathi: Uthe kimi uyakusinda nokusinda.