ukuchezukisa abampofu ekwahluleleni , nokwaphuca abaswelayo babantu bami umthetho , ukuze abafelokazi babe yimpango yabo , baqhwage izintandane.
Okushaya esihlathini, mnike nesinye; nokwaphuca ingubo, ungamnqabeli nebhantshi.
Muphe yilowo nalowo ocela kuwe ; nokwaphuca okwakho , ungabuyi ukubize kuye.