Umuntu ophinga nomfazi womunye umuntu nophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi ziyakubulawa nokubulawa.
Bese nithi -ke: Ngani na ? Ngokuba uJehova wayengufakazi phakathi kwakho nomfazi wobusha bakho omkhohlisile wena , noma engumngane wakho nomfazi wesivumelwano sakho.
Abayisikhombisa kab ashiyanga nzalo . Ekugcineni kwabo bonke kwafa nomfazi.
Indoda ayinike umfazi okumfaneleyo; nomfazi enze njalo endodeni.
nomfazi, uma enendoda engakholwayo , yona-ke ivu ma ukuhlala naye , angayishiyi indoda.
Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngomfazi , nomfazi ongakholwayo ungcwelisiwe ngomzalwane . Uma kungenjalo , abantwana benu ngabe bangcolile; kepha kalokhu bangcwele.