Skip to Content

"nomishayeli"

6 occurrences in ZUL

U-Ezra umbhali wayemi ebhesitulu lamapulangwe ababelenzele lo mgomo ; eceleni kwakhe kwakumi oMatithiya , noShema, no-Anaya, no-Uriya, noHilikiya, noMahaseya ngakwesokunene sakhe , nangakwesokhohlo sakhe ngoPhedaya, noMishayeli, noMalikhiya, noHashumi, noHashibadana, noZakariya, noMeshulamu.

Kulabo kwakukhona kubantwana bakwaJuda oDaniyeli , noHananiya, noMishayeli, no-Azariya.

Induna yabathenwa yabetha amagama ; uDaniyeli yametha ngokuthi uBeliteshasari, noHananiya uShadiraki, noMishayeli uMeshaki, no-Azariya u- Abedi Nego.

Wayesethi uDaniyeli encekwini , induna yabathenwa ebiyibeke phezu koDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya:

Inkosi yakhuluma nabo ; phakathi kwabo bonke akufunyaniswanga muntu onjengoDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya; base bemi ngaphambi kwenkosi.

UDaniyeli wayeseya endlini yakhe , wazisa oHananiya , noMishayeli, no- Azariya, abangane bakhe, le ndaba