neGileyadi nomkhawulo wamaGeshuri nowamaMahakhathi , nayo yonke intaba yaseHermoni, nalo lonke iBashani kuze kufike eSaleka,
neMe Jarikhoni, neRakhoni, kanye nomkhawulo malungana neJafo.
UJuda wathatha iGaza nomkhawulo walo , ne-Ashikeloni nomkhawulo walo, ne-Ekroni nomkhawulo walo.
nomkhawulo ngaphambi kwamakamelo abalindi : yingalo inye ; nomkhawulo ngalapha : yingalo inye ; namakamelo abalindi : yizingalo eziyisithupha ngalapha nezingalo eziyisithupha ngalapha.
naseHamati, naseBerotha, naseSibirayimi eliphakathi komkhawulo waseDamaseku nomkhawulo waseHamati , naseHaseri eliphakathi elingasemkhawulweni waseHawurana.
Maqondana nomkhawulo wabapristi amaLevi ayakuba nezinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ubude nezinkulungwane eziyishumi ububanzi, bonke ubude bube yizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu, ububanzi bube yizinkulungwane eziyishumi.
Okusukela efeni lamaLevi nasefeni lomuzi kuyakuba phakathi kokwesikhulu, okwesikhulu kube phakathi komkhawulo wakwaJuda nomkhawulo wakwaBenjamini.