Ilunga nophakemeyo bayikhanda, nomprofethi ofundisa amanga ungumsila.
Nomprofethi-ke, nompristi, nabantu abayakusho ukuthi : Indaba kaJehova, ngiyakuhambela lowo muntu nendlu yakhe.
Bambuza-ke, bathi kuye: Pho, ubhapathizelani, uma ungesiye uKristu , no- Eliya, nomProfethi, na?
Sebedabule isiqhingi sonke , baze bafika ePhafu , bafumana indoda ethile eyisanusi nomprofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe linguBarjesu,
Isilo sase sibanjwa nomprofethi wamanga okanye naso owenza izibonakaliso phamb i kwaso , abadukisa ngazo abamukela uphawu lwesilo nabakhuleka kumfanekiso waso ; labo bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.
noSathane owazidukisayo waphonswa echibini lomlilo nesibabule , lapho kukhona isilo nomprofethi wamanga ; ziyakuhlushwa imini nobusuku kuze kube phakade naphakade. Ukwahlulelwa kokugcina