UJowabe indodana kaSe ruya waqala ukubala , kepha akaqedanga; kwaba khona ulaka ngalokho phezu kuka-Israyeli, nomumo awufakwanga encwadini yezindaba zemihla ngemihla yenkosi uDavide.
Angithi uyakwazi , ngokuba wawusuzelwe , nomumo wemihla yakho mkhulu, na?
Ngase ngibona, ngezwa izwi lezingelosi eziningi zihaqe isihlalo sobukhosi , nezidalwa, namalunga, nomumo wazo wawuyizigidi zezigidi nezinkulungwane zezinkulungwane,