Amadodana kaBenjamini : ngoBela, noBekeri, no-Ashibeli, noGera, noNahamani, no-Ehi, noRoshe, noMuphimi, noHuphimi, no-Arida.
Amadodana kaBela ayengo -Arida noNahamani ; kwa-Arida: ngumndeni wakwa-Arida; kwaNahamani: ngumndeni wakwaNahamani.
no-Abishuwa, noNahamani, no-Ahowa,
abafika noZerubabele , noJeshuwa, noNehemiya, no-Azariya, noRahamiya, noNahamani, noMoridekayi, noBilishani, noMisipereti, noBigivayi, noNehumi, noBahana. Abokuqala ababuya eBabele Umumo wamadoda abantu bakwa-Israyeli nanku: