UFaro wathi kuJosefa: NginguFaro; ngaphandle kwakho akuyikuphakamisa muntu isandla sakhe nonyawo lwakhe ezweni lonke laseGibithe.
Izingubo zakho azikugugelanga , nonyawo lwakho aluvuvukalanga le minyaka engamashumi amane.
Ukwethemba ombuluzayo ngosuku lokuhluphek a kunjengezinyo elaphukileyo nonyawo olwenyeleyo.
Uma ngihambile ngamanga, nonyawo lwami luphuthume enkohlisweni,