noMalikiramu, noPhedaya, noShenasari, noJekamiya, noHoshama, noNedabiya.
Ngabeka abaphathizikhwama phezu kwengcebo : nguShelemiya umpristi , noSadoki umbhali , noPhedaya wamaLevi ; eceleni kwabo kwakunguHanani kaZakuri kaMathaniya , ngokuba kwat hiwa bathembekile; babeyakwabela abafowabo.