noShelemiya, noNathani, no-Adaya,
no-Azareli, noShelemiya, noShemariya,
Inkosi yayala uJerameli indodana yenkosi , noSeraya indodana ka-Aziriyeli, noShelemiya indodana ka -Abideyeli ukuba babambe uBaruki umbhali noJeremiya umprofethi, kepha uJehova wabafihla.