Lawa angamadodana kaSeyiri umHori ayakhe kulelo zwe : ngoLothani, noShobali, noSibeyoni, no-Ana,
Amadodana kaSeyiri : ngoLothani, noShobali, noSibeyoni, no-Ana, noDishoni, no-Eseri, noDishani.
NoShobali uyise kaKiriyati Jeharimi wayenamadodana : nguHarowe nenxenye kaMenuhoti.
Amadodana kaJuda: ngoPheresi, noHesironi, noKarmi, noHure, noShobali.